I-WHO / GARD - I-World Health Organisation / i-Global Alliance elwa Nezifo Ezingapheli Zokuphefumula

I-GARD ifaka isandla emsebenzini womhlaba wonke we-WHO wokuvikela nokulawula izifo ezingamahlalakhona zokuphefumula. IGARD ingumbimbi lokuzithandela lwezinhlangano zikazwelonke nezamazwe omhlaba, izikhungo kanye nama-ejensi avela emazweni amaningi asebenzela inhloso efanayo yokunciphisa umthwalo womhlaba wonke wezifo zokuphefumula ezingamahlalakhona.
www.who.int/respiratory/gard